Umlulama wenzani

Umlulama Uyangena emthini yokuvusa indu-ku, uvusa imizwa nakowesifazane. Uyangena emthini wokususa isinyama, amathunzi, imimoya. Uyawusebenzisa uma kade usemfihlweni, noma endaweni embi, ukususa imimoya yaleyondawo kuwena. Iyangena emthini yomeqo nekhwashu uyathoba ngawo lomuthi. Uyangena emthini wesilumo nenkinga yama periods. Umlulama obovu uyangena emithini yedlozi.

Iphuphuma isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yokuthandeka. Uyaligaya ulihlanganise neminye imithi oyigcoba ebusweni uma unobuso obubi wenze face musk.
INDUNGULU (wild ginger) isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyasebenza ukwelapha izinhlungu emzimbeni, ukukhwehlela, ukucinana, izifo eziningi emzimbeni, isifuba somoya, amajaqamba, iyangena emithini yokuthunyisa ixoshe izilwane ekhaya, iyangena entanjeni efakwa okhalweni, iyaphuzwa, iyachatha
Iboza isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iboza liyasetshenziswa ukuphalaza ukiline isifuba, iboza liyasetshenziswa ukuqeda umkhuhlane, ukuqeda ukukhwehlela, iboza liyelapha izifo eziningi emzimbeni. Uma umzimba uluma emva kokuthinta amanzi uhlanganisa iboza neminye imithi ugeze ngalo.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha