Umuthi owenziwa ngesikhova

Isikhova amafutha aso netliziyo noboqopho buyangena emadlisweni naku sibambelelo nakuziphephetho zokhulanda. Siyayandisa imfuyo qha funek usithake namasela akubilul uyiba "ukub ayibil ayayibuyisa. Isikhova siyangena kwimithi yoqhumisa nokubethela. Amehlo esikhova enza isthunzi xa ungumntu osoloko usendaweni enabantu ethethusayo ungafuni abantu bakuthathele phantsi usebenzisaa amehlo

Isikhova uses

Ukuphupha isikhova

Amaphupho ngesikhova ukuphupha isikhova or ngesikhova ngabe kuchazani? 

Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ingane yami besivakashele khabo yise yasizwa sikhala thina besingasizwa siqapheliswe yiyona ngabe kuxhazani
167 posts
Reply
?