Impindamshaye wenzani

Impindamshaye Iyangena ezintelezi zokuchela, intelezi yezitha. Iyangena emthini yokubethela, iyangema emthini yokususa umeqo, iyangena emthini yesichitho, iyangena emthini ka back to sender lapho ubuyisela izinto kumnikazi. Iyasebenza ekucupheni isidumbu, ukulumba ingxeba eligwaziwe or elishayiwe, iwukhiphe ibhadi noma isinyama. Impindamshaye umila emahlathini aminyene, isimo sawo mangabe uwubuka ungathi inyoka, imamba ekuhlaza. Uyasiza mangabe unezilonda ezidalwa umosquito, ugeze ngawo. Uyintelezi exosha izikhova nezinyoka mazingena ekhaya. Uphalaze ngawo mawuhlushwa amaphupho amabi, adala ukufinyela kwemsipha, nezibhobo ezincane ezivama ukuhlasela umzimba. Uphekwe ubile ukuphungula ukukhathala komzimba, okwenzeka mihla namalanga, ungasebenzanga.

Bhonya izitha ngempinda, zishayane zijikelane. Zizondane, bonke abahlangane ngawe baphenduke izitha. Induku yezitha lena, bhaxabula boh:

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
How do I mix impindamshaye with
167 posts
Reply
How can I mix phindamshaye with
167 posts
Reply
Ngidinga usizo ngo phindamshaye Utholakalaphi futhi usebenziswa kanjani.
167 posts
Reply
Mixer for phindamshaye
167 posts
Reply
Masengiyitholile yonke lemithi bese ngiyenza njani mangiyisebenzisa ukuze ngibhekane nalabathakathi ngoba sebezivezile futhi
167 posts
Reply
?
 



Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp