Intelezi is a zulu word which refers to a mixture of selected herbs that are used for ukugeza (cleansing) and ukuchela( protection). intelezi is also used for izitha and ukudlala induku, some use intelezi as umuthi wenduku (muthi that is used in the stickfight). During the war of tribes intelezi was used the most as a catalyst to win the battles. Intelezi is also used for protection, when you protect yourself from witchdoctors. Depending on the type of intelezi, you drink it, or you bath with it or you chela with it.
Intelezi mixture esetshenziselwa ukubamba umthakathi egcekeni udinga imithi emibili owokuqala Umathunga plus Umdakane, uyakugxoba ukuhlanganise, ufake ebhakedeni, ufake amanzi, bese wonke alunga omndeni echamela phakathi, uzobe usuyachela igceke ( ibala or iyadi) lakho kusihlwa, zonke izinsuku.Types of intelezi explained below
Intelezi yokukhipha isichitho elula ukuthatha ikhambi umsuzwane uqgume ngawo, ugeze ngawo, umsuzwane uyatholakala kulolonke lakwazulu natala emakhaya, ugcwele.
intelezi yesithunzi yona yenziwela ukuthi usatshwe noma uhlonishwe, iyadingeka kakhulu kubantu abafana nothisha omkhulu noma osomatekisi, noma abantu abafana nezinduna namakhosi, ukuthi babe nesithunzi bahlonipheke.
UMASHWILISHWILI or IMPISHAMPISHA or umsuzwane: Intelezi yokukhipha isithunzi esimbi esihamba nawe , lapha udinga umsuzwane nje qha, uyaqguma ngawo uyageza ngawo, isithunzi esimbi sizohamba, ngisho noma ngabe bewuphethe isidumbu.
Intelezi iyaphalaza, uphalaza ekuseni ungakadli, isikhathi esiningi uphalaza ngamanzi abandayo, uma uphalaza ngentelezi.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |