Isichitho sokubahlukanisa nesokungathandeki

Isichitho explained, Yini or siyini isichitho? Isichitho yinto eyenziwa ngabantu ukuze ungathandeki, ube ne isidina, noma isicefe, ukungathandeki kuhambisana nokuthi izinto zakho zingakulungeli. Uma ufakwe isichitho awuthandeki kubantu, ngokujwayelekile isichitho sifakwa izintombi zendoda yakho ukuthi uphume endodeni kusale bona. Isichitho uyasithola emshadweni lapho izintombi zendoda zikuthakatha, akukho safe, angeke ukuqinisekise ukuthi awusoze wasithola isichitho. Ayikho indlela yokusivika, indlela ekhona eyokuselapha uma sesifikile. Kuleli page sizokufundisa ukugeza isichitho. Ukususa isichitho singaphinde sibuye.

Isichitho meaning? Isichitho is a muthi that is used that is used to make someone less likable. This is done in many way ways, isichitho can be in a form of face pimples or smelling bad. On this page we will cover more on isichitho.

Ubonakala kanjani umuntu onesichitho? isichitho ebusweni kuba wuphawu lokuqala lomuntu onesichitho. Izimpawu ezijwayelekile zesichitho Below are the five symptoms of isichitho:

Isichitho esihambisana nezilwane, ezinye zezilwane ezivele ziqhamuke endlini kuvaliwe

Id='imithi-yokwelapha-isichitho' Isichitho sikhishwa ngani noma selashwa ngani? Ziningi izindlela zokukhipha isichitho esingapheli, kuleli page sineziwasho eziningi zokukhipha isichitho. Sizobheka iziwasho nam amakhambi esizulu akwazi ukukhipha sona phela isichitho:
  • Isiwasho siyasikhipha isichitho
  • Umuthi wesizulu futhi uyasikhipha isichitho
Izinto ongazikwa ngumnakwenu ngaphandle kwesichitho: Izothe/umgqwaliso, ISILWANE, isinyama, amabhadi, amashwa, ilumbo.

Isichitho dreams those are dreams that you dream when you are having isichitho. amaphupho esichitho, uphupha izinto ezinyanyisayo nezingasile. Abantu abaningi bayaba nesichitho kodwa bangabi namaphupho esichitho. Yini oyiphuphayo uma unesichitho? Amaphupho esichitho:

  • Ukuphupha amakaka
  • Ukuphupha izimpethu
  • Ukuphupha izintuthane
  • Ukuphupha unesichitho noma ukuphupha izinto ezinyanyisayo

The section is about cleansing isichitho susa isichitho esinenkani ngokushesha. iziwasho namakhambi okwelapha isichitho. isichitho siqedwa noma selashwa ngani? Lapha ngezansi sizokufundisa ukuthi how to remove isichitho and send it back, uphindise emuva isichitho kumnikazi waso, buyisa emuva. Sikubhalele amakhambi lapha ngezansi azokusiza ekulwiseni nesichitho.

Ikhambi lokuqala Ukubuyisela isichitho emuva udinga lamakhambi alandelayo. Lena imithi yokuphindisa isichitho emuva kumuntu osithumelayo.
  • Mvuthuza, Uzifunele, Phindemuva kanye no Vimbukhalo
  • Uyakuhlanganisa lokhu ukudlokodle ngomkhonto ukhulume, usho ukuthi isichitho masiphindele kulabo abasithumelayo.

Ikhambi lesibili Ikhambi lokuxazulula isichitho esisebusweni, umgqwaliso ebusweni. Udinga imithi elandelayo ukwelapha isichitho.

  • Scimamlilo, Nukani kanye no Maphipha
  • Umuthi wokufutha lo ukuze ukhiphe isichitho - uyawugaya uqgume (steaming) ngawo izinsuku eziyisikhombisa

Ikhambi lesithathu Isiwasho lesi esikhona kuleli page sokususa isichitho

  • Thinta kulamagama alandelayo ukufunda lesiwasho => uDj spirit

Ikhambi lesine Ngalesikhathi usaqguma, uphalaza uchatha ngemithi. ngizokunika isaluleko esizokwenza izinduna rash ebususweni zishe, bese kuthi nalokhu okuhamba esikhunjeni kufe ngokushesha

  • Isichitho cleansing a fast solution - Iya esitolo esiseduze nawe uthenge insipho ebhalwe ukuthi Tea tree oil, ugeze ngayo leyonsipho, i-tea tree oil
  • ibulala izilwane ezifana nokhuphe ezihamba egazini.

Ikhambi lesihlanu

    Iyeza lokugabhisa ukhiphe umgqwaliso. Ukulapha isichitho esingapheli. isihlahla umsuzwane usizaphi or wenzani? MSUZANE ikhambi leli ehamba phambili ukukhipha isichitho, uyafutha ngalo, uyageza ngalo isichitho sizokushiya sihambe siphele nya. Ngesixhosa umsuzwane yi inzinziniba, Musukudu or bokhukhwane in Tswana, Umsuzwane falls under the plants category of Lippia javanica in english it is called fever tea . ungawudidanisi umsuzwane kanye nomhlonyane kwahlukene. kokubili kodwa kuyayelapha i-flue. Qeda isichitho usebenzisa umsuzwane.

Ikhambi lesithupha

  • Amanzi olwandle, uyaqguma ngawo, uyageza ngawo zonke izinsuku. Uzobona isichitho sishabalala egazini

Ikhambi Lesikhombisa

    umuthi wokugeza isinyama thatha Isiqunga/isiqungwa, usihlanganise nezimpande zogagane kanye no msuzwane or u nukani, uyageza ngalokhu ngaphandle kwekhaya bese uchitha kude, isichitho sizohamba. Lelikhambi lixosha amanzi amanyama, izinto zakho zikhanye.

Ikhambi Lesishiya galombili

    Umchamo wakho, geza ngomchamo wakho lowokuqala ekuseni, vuka ekuseni ngabo 4 ugeze ngomchamo wakho. Funda kule-lipage eminye imisebenzi yomchamo.

Ikhambi Lesishiyagalolunye

    Iyeza lofutha ukhuphe umgwaliso: Ishaladi lezinyoka in english is wild garlic or Culinary garlic. Uyaqguma ngalo ishaladi lezinyoka isichitho sizophuma silahleke le kude.

Isichitho sokubahlukanisa, senziwa kanjani isichitho? Kule website sizibhalile izichitho, kodwa asiluleki abantu ukuthi bafake abanye abantu izichitho. Ngoba kuyenzeka isichitho sibuye ngawe.

Thenga umuthi wesichitho

Uma ufuna ukuthenga umuthi wokukhipha isichitho, sithinte lapha kuwhatsapp

Oda imithi nge-WhatsApp
Chofoza ukuthintana nathi: +27 63 322 0426
Vula i-WhatsApp

isichitho umuthi wesichitho picture of isichitho

Selashwa kanjani isichitho?

izindlela zokwelapha isichitho

isichitho sephunga

ukuvika nokuphindisa isichitho

isichitho ebusweni

ukukhipha isichitho ngomadubula

tags: Iyeza, ukugabhisa, ukukhipha, umgqwaliso.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngiyabonga ngosizo olukhulu sizosizakhala
167 posts
Reply
Ngingageza isichitho nge holy ash iyodwa na
167 posts
Reply
Siyabonga ngathi ngingeza kuwe
167 posts
Reply
Ngiyabonga ngifunde lukhulu ngesicitho
167 posts
Reply
Ngiyabonga. Sizobanqoba abenzi bokubi
167 posts
Reply
sengiphile iminyaka eyishumi nalesichitho. Okubuhlungu amalunga omndeni angifaka. At least 4 people on my case
167 posts
Reply
Umuthi umembeao wenzani?
167 posts
Reply
Thatha inhlabathi la achitha khona amanzi okugeza mawungalazi igama lentombazane nakanjani ngeke bengaxani
167 posts
Reply
?