https://www.youtube.com/watch?v=LBS9bhXgO5E

Dj shoe

Isicathulo is a shoe in english, kule article sizobheka ukuthi isicathulo singakusiza kanjani ekwenzeni isiwasho. Dj shoe uwusebenzisela izinto eziningi ezahlukane, wusebenzise lapho indoda ifeba ukuze iyeke ukufeba, uma indoda ingafuni ukukulalela futhi uyawusebenzisa uDj shoe usho ukuthi mayikulalele ikuhloniphe, indoda ethanda amantombazane iyayekiswa lowomkhuba ngo Dj Shoe. Indoda ejolayo uyayiyekisa ngo Dj shoe, uma indoda ikushaya futhi yes wenze lomxovo ukuyekisa indoda lowomkhuba. Futhi lomxovo ungawenza ukucela umshado endodeni. Ukwenza lesiwasho sika Dj Shoe, uzodinga lokhu olukandelayo: Uzothatha iphepha lakho elimhlophe, ubhale igama nesibongo sebabazi. bese ubhala ofisa kwenzeke phakathi kwakho nesithandwa sakho, Emva kokubhala ofuna kwenzeke uzobe usuthatha lelophepha ulifake esicathulweni, uzosiqgoka lesosicathulo isonto lonke, kulabo abangasikhulumi isizulu isonto lisho izinsuku esiyisikhombisa (7 days), uma sewuphelile lo 7 days uzoshisa lephepha, uthathe umlotha walo leliphepha uwuhlanganise ne Holy Ash. Bese uthatha leyonhlanganisela uyibeke esandleni, usho futhi lamazwi owawabhala ephepheni, emva kwalokho bese uyaphephatha. Lindela umahluko ke ezintweni zakho nebabazi.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Uma uceda kuphephetha bese ulisaphi lephapha olibhalile? Dj shoe
Uphephetha ebsuku ngo 00:00 ryt?
Uphephetha what time and mina I only have 6 days that I will wear a shoe 1 day m going to work I can change shoes put the paper on the other shoe
U phephetha what time must i wear same shoe until I finished
Sacela ukbuza uphephetha xeshani
Sacela ukbuza uphephetha xeshani
Sacela ukbuza uphephetha xeshani
Sacela ukbuza uphephetha xeshani
Uphepha skhathi bani
utholakala kuphi umlotha wamandiya
manje umlotha wamandiya wona utholakala kuphi
Siyabona power doc roct
Uphephetha ngabani iskhathi
Celubuza uphephetha xesha nn
Owam uthanda utywala futhi uyafeba&bendithi ndiyam yekela cz uthanda abafazi abanemali ndibe mina ndingena lutho ,ndinethemba loku kuzondisiza
So kushuthi uskhipha ma ulala kuphela or
If unesikipha sakhe kungasebenzi yini
If unesikipha sakhe kungasebenzi yini
If unesikipha sakhe kungasebenzi yini
I need prayer plz God help me to conceived, get a better job,have a good husband, the man that will marry me and respect me,love me,care for me pls my lord a man that will find a home for me.i trust you God