Ukuphupha ulahlekelwa yimali noma uthola imali eningi eyiphepha noma engamaphepha

Ukuphupha uhlala imali noma ukuphupha uhlahlekelwa yimali, ukuphupha imali inyamalala. Lokho kuchaza ukuphazamiseka kwento eletha isinkwa empilweni yakho, uma usebenza lindela ukuphazamiseka emsebenzini okungaba ngukulahlekelwa ngumsebenzi, uma ungumuntu wamabusiness lindela izinkinga kuma business akho.

ukuphupha imali eningi

Ngiphuphe ngithola imali engamaphphepha ngabe lokhu kuchazani? ukuphupha uthola imali eningi, ukuphupha uphiwa imali, noma ukuphupha uwina imali engamaphepha, amaphepha emali noma engama coins. Kungenzeka uphuphe unemali eningi futhi. kusuke kuchaza izibusiso ezizofika empilweni yakho.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Mina ngicela ukubuza sebenzisa ispirit esimhlophe or
Ngisacela ukubuza ukuthi ukuphupha ithanga elikhulu elifresh ngathi lisaqeda ukulandwa engadini kusho ukuthini. Kodwa ngithi masengingena nalo la endlini lavele lawa laphahlaka. Kodwa ke manje umhlola lethanga ade liphuma amanzi nje amaningi. Angena dining room amanye bathroom amanye ahamba nge passage. Kodwa nje bengihluleka ukuwa controller la manzi wethanga.
Ngisacela ukubuza ukuthi ukuphupha ithanga elikhulu elifresh ngathi lisaqeda ukulandwa engadini kusho ukuthini. Kodwa ngithi masengingena nalo la endlini lavele lawa laphahlaka. Kodwa ke manje umhlola lethanga ade liphuma amanzi nje amaningi. Angena dining room amanye bathroom amanye ahamba nge passage. Kodwa nje bengihluleka ukuwa controller la manzi wethanga.
Ndicela ukubuza xa ungenamntwana uphuphe usethuneni likatata wakho uyocela umntwana oyinkwenkwe kuchazantoni
Ngicela ukbuza kuchazani ukuphupha uwasha izitsha Kubo kababa wengane yakho amanzi avele avuze ngaphansi Kube ngathi u aunt wendoda yakho uyakuthethisa
Ngikuphupha kaningi ngisesikoleni ngibhala i test or exam test kodwa ngizole ngi strugglisha kulawo ma test njalo nje if lama phupho efika Kimi lokho kuchazani sekuyangihlupha emoyeni
Sawubona ngicela ukubuza ngiphuphe ngisenkonzweni umama engikhonza naye wangibambisa uR20 obunento engathi uMithi phakathi ngathi ngyawubopha wachitheka kepha ngibe sengiwubuyisela futhi kepha awuzange uphindiseleke wonke
Cela ukubuza ukuphupha ugqoke izimpahla noma imvunulo ye zangoma ube ungasiyiso
 

Read more ngamaphupho...