uZililo umuthi uyacupha isidumbu somuntu oshone ngenxa yomunye umuntu. zililo umuthi uyasebenza ukwenza indoda ikuthande kakhulu ihlale ikucabanga Lentelezi ingumuthi mawuphekela ukuphalaza ukhipha izifo ezihayizisayo nezisanganisayo kanye nezifinyeza umzimba zakhe nenkwantsu. Zililo umuthi awutshalwa ekhaya ngoba ubiza ukuhlupheka, umuthi uyangena kwidliso, uyangena kwisikhafulo.
Zililo awugaye lenduku ibe yimpuphu bese uya esingangeni ufike base mlilo bese ugeza ukhiphe ukhukhala kwakho nokubalisa ukhulume uthi sitha Sami , sekwanele ubukwenza Kim akuke kuliwe ngawe manje. Qed thele lamanzi bowugeza ngawo pheko mlilo uhambe ngabheki emuva uze uyongena ekhaya.
Umalilisa vs uzililo? uzolilo ngangomunwe noma ubengaphansi kweminwe unameva angahlabi uqhakaza imbali enhle umalilisa uyakhula yena unezimpande ezifana nodlutshani unephunga elimnandi awusheshi ukoma uzililo awuqhamuki khambi kuqhamuka leyonto engangomunwe umvamisa yawo ungena ekucupheni abantu ababulewe umalilisa ungena kwezothando
ZILILO mawufuna ukuwutshala ekhaya univikele ukuthi wenzanjani ukuze usebenze kahle ngoba abelungu ubasebenzela kahle cos balandela umthetho Uzililo fanele uwutshale ngaseGatini ngaphakati or ngaphandle kodwa kumele ubeseduze nala kungena khona abantu abaze la ekhaya Rule, kumele uthi ma uwuphe wena muntu uzowutsha uwukhulumise uthi ndifuna uvikele bonke abantu abahlala la ekhaya nemfuyo yala ekhaya bese ungena nawo esangweni ufulathele ufike uwutshale,WHY ufulathela mawungena nawo yingoba abathakati bazothi babeza nezinto zabo bazongena beze ngophambili ifike lenduku ibashaye namasela izokwenzanjalo thatha ipisi kazililo lo owutshalile uyigxobe ufanke kwi20litha Ugeze wonke umuntu walakhaya omunye uchele ngawo yindlela kele owamukela ngayo lendoda uZILILO
uma unenkinga yokuthuka ebusuku uma ulale, ukususa amaphupho amabi, uvuka ebusuku uhlale ngezinqa kade ulele? Zama lemithi
umuthi wezitha ukuthi zishayane zodwa, ubhaxabula izitha lomuthi. Induku yokubhaxabula izitha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |