Umalilisa umuthi

Umalilisa umuthi uyasebenza ekucaciseni izinto zakho ezimnyama, uyawusebenzisa futhi ukubamba umuntu wakho uma uwusebenzisile kuyena uhlale engowakho akasoze afune omunye umuntu. Umalilisa is a traditional herb that is used for nguni people in south africa to cleanse bad energy and call a luck. you can also use umalilisa to spark an attraction between you and your partner. Umalilisa umuthi uses

ukuphupha Umalilisa umuthi

Amaphupho ngomuthi Umalilisa, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Umalilisa? ukuphupha umuthi Umalilisa ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Hlabazihlangene isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokucupha umthakathi, uyachela ekhaya, uxhosa lonke uhlobo lwesilwane. Uyaphalaza, uyafutha. usetshenziswa emithini yokuphindisa imithi emuva efana nesichitho. usetshenziswa emithini yezitha. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini okhothisa khona inkomo or imbuzi or inkukhu ngaphambi kokuhlaba ukuze ungahlebeli izipoki, nemincwi nemimoya engasile. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuphindisa imithi emuva ngisho nesichitho, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokukhuluma ususe konke okungasile empilweni yakho, uyafutha, uyaphalaza.
Mnukelambiba isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokususa isichitho usiphindise emuva lasiphuma khona. usetshenziswa emithini yokufa umuntu isichitho. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokulahla isilwane.
Mnyiso isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokucupha umthakathi. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibambelelo. Uyangen emithini yokucupha ngokocansi.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp