Isibango umuthi akukhulunywa laba ngokubangwa yidllozi, uma kukhulunywa ngesibango kukhulunywa ngomuthi wothando, owunikwa yinyanga uma nibanga indoda ukuze usale wedwa, isibango ke sehlukile kwisikhafulo, futhi sehlukile kwidliso, futhi sehlukile kwisichitho, futhi sehlukile kwisibambelelo, asisona isichitho, kodwa senza othandana nendoda yakho ahlukane nayo, umsebenzi wesibango ke leso, bese futhi senza indoda ithande wena.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.