Umsebenzi english means a job or work, umsebenzi kulezinsuku utholakala ngokuba no connection, ngisho nomsebenzi wasendlini udinga engathi ungathola abantu abahlala noma abasebenza emajalidini ukuze bezokwazisa uma kukhona isikhala esivelayo. Abafuna umsebenzi kumele babhale ama cv, i-cv incwadi enemininingwane yalowo ofuna umsebenzi kanye ne experiance , uma inkampani ikhangisa isikhala somsebenzi wena ke ube usuthumela i cv yakho.

Umsebenzi wethu is zulu word which means our work or our duties or out tasks.

ama company aqashayo

kunama company ajwayele ukuqasha njalo, lama company afana no spar , bese kuba nama companies ama cleaners ahlale eqasha abantu, bese kube nama company aqasha ama security , ukuze ube yi security udinga ukuregister ka prisa, udinga ukuba nesitifiketi sokuba yi security.

Utholakala kanjani umsebenzi?

Litholakala kanjani itoho ? udinga ukuya ezindaweni zasemadolobheni uma ufuna umsebenzi. Emakhaya mancane amathuba emisebenzi, uyakwazi ukuxoxa nomuntu ophethe emsebenzini akufake, noma uthenge amaphepha ubheke izikhangiso zomsebenzi, ngesinye isikhathi uyagwaza, ukuze uthole umsebenzi, ukugwazela umsebenzi ukukhokha imali phambili bese lowomuntu ekufaka emsebenzini. uqaphele amaqola aka facebook akhangisa imisebenzi engekho bese edla izimali zabantu, kuncono ukugwaza kumuntu omaziyo nomethembayo ukuze ezoyikhokha imali yakho uma izinto zingalungi. ukugwazela umsebenzi akukho emthethweni.

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo