Imbuzi is a zulu word in english means a goat, imbuzimawa yona imfene. Imbuzi ikhala ithi meee meee meee. Imbuzi ke isilwane esibalulekile kwi nguni tribe khona isetshenziswa ekuhlabeleni amadlozi. Emva kokuhlaba kuthathwa isikhumba sayo imbuzi kwenziwe isiphandla. Noma kuzohlantshwa izinkomo kuqalwa ngezimbuzi kuqala, ayihlantshwa inkomo izimbuzi zingahlatshwanga, kufana nezinkukhu futhi, ayihlantshwa imbuzi izinkukhu zingekho. Kunezindlelake zokukhipha izicubu noma inyama embuzini, ayivelwe isikwe nje ngommese kungalandelwa imithetho, ngisho nenyama ayiphekwa yonke ngosuku lokuqala, enye iyalala iphekwe ngakusasa.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |