What is isilwane? isilwane is a zulu word for animal. isilwane can be physical like impisi or spiritual like utikoloshe.

Sezani isilwane?

Isilwane sithunyelwa ngomuthi ukuze sidlale ngempilo yomuntu. isilwane kuyenzeka sikukinye ebusuku, isilwane kuyenzeka sikuphazamise empilweni even sokubulale. Mnelisi.com singakwenzela umuthi wokususa isilwane or umuthi wokulahla isilwane. Ukulahla isilwane kungumsebenzi olula kodwa abelaphi abaningi bayehluleka ukusikhipha isilwane. Ukugcaba ukuze ukhiphe isilwane kubi ngoba uyasi feeder igazi lesosilwane. Awugcabi kowethu umuthi, uyafutha, uphalaze , ugeze ngomuthi, awugezeli futhi ehlathini. Uzigeza wena kwakho.

Ukulala njalo? ngabe kwezinwa isilwane yini? ubuthongo obuvele bufike emini. ukuhlushwa ISILWANE ne-NARCOLEPSY condition izinto ezahlukene, i-NARCOLAPSY - isimo esikuhlupha iminyaka lapho ufikelwa ubuthongo obusheshayo ngisho kuthiwa uhlezi phansi ukhuluma nomuntu uzithola sewulele lesisimo siyinkinga, ngesingisi lesisifo siyi GENETIC FACTOR bani bani AND ABNORMAL SIGNALLING IN THE BRAIN. uboba ngokuthi omunye alale adlule neTAX esitopin sakhe noma ngabe elale wanela ebusuku... Ngakho- asihlukanise ukuhlushwa YISILWANE ne NARCOLEPSY CONDITION ingakho kubalulekile kuthi wehlashwe ngumuntu oyile esikileni.

Umehluko kusiLWANE neZILWANE Isilwane kuba ilento elala nawe ibuye ibhidlize umuzi wakho ngoba iyakwazi ukwakha umsindo ekhaya phakathi kwezithandani. Bese izilwane kuba ile group yama lumbo athunyelwayo ukuthi akhande ukugula, uthole ukuthi ekhaya hlezi bekhala ngokuhlushwa maqolo noma makhanda angapheli, kwesinye isikhathi ikhande ukuthi ekhaya akulaleki kamnandi kunezinto ezihlupha phezukwendlu, noma kuchuma masenke kusuke kuzilwane lezo. Ziyingozi kakhulu izilwane mazingalashwa ziyamubulala umuntu.. Izilwane zehlukile kuneSIPOKI.

Khuzani Mkhize Aybo yazi ngike ngibone ukuphawula kwenu uma umuntu ohlushwa isilwane efuna usizo,ngizibuze ukuthi niyasazi isilwane? Into othi mawuyilahla ihambe isikhashana iphinde ibuye into othi muyilahla ibuye ngalolosuku ebusuku ifike ngephupho ithi ayiyi ndawo? uyasazi isilwane into efika ikutshele ephuphweni ukuthi ngeke ube nalutho ngeke ube namfazi ngeke ube namuzi? Isilwane into ejulile bakwethu umuntu ohlushwa isilwane usuke esenkingeni ngampela

ukuphupha isilwane

Amaphupho ngesilwane or ukuphupha unesilwane ukuphupha isilwane or ubona isilwane or uyisilwan wena ngabe kuchazani?


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Uma ngabe ulalwa yisilwane kanti futhi uhamba izintonbi uyahlolwa kungaba yinkinga yini mangiya emhlangeni
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp