umisiwe emsebenzini , ukumiswa emsebenzini, ukubuyiselwa emsebenzini icala emsebenzini, icala lomsebenzi umuthi wokuqonywa iphunga emlomeni lomlomo umuntu okubizayo uzwa engathi ipipi elingavuki livuswa kanjani ipipi umvusankunzi umxovo wokuvusa induku ukuphupha wenza ucansi umuthi wokuyekisa ama drugs, umuthi wokuyekisa umuntu ukweba, ukutshontsha umuthi wokuphiwa imali
Yini isigcwagcwa or isinyama or isidina senziwa yini? Isigcwagcwa in english is stigma, Isifo lesi esikwenz ungathandeka esenziwa ngabantu futhi senziwa ukungazinaki izinto zosiko okumele uzenze, isibonelo: ukuphuphuma kwesisu ungasigezi, ukushonelwa ungagezi. Umuthi wokugeza isinyama uma uwusebenzisa uyakhishwa egazini , awuhlali nomuthi wokukhipha isinyama, uyawusebenzisa bese ufaka othambile umuthi omhlophe ngaphezulu, ukuze uqgibe lona wesinyama.
Umuthi wokubuyisa ubaba wenganeUkubuyisa ubaba wengane akuyona into enzima uma uthole inyanga eyaziyo into eyenzayo, mina ngiqala ngokukukilina, ube muhle uthandeke, kuyenzeka ngithi ngisakukilina igaza avele afone abuye lapho awukasisebenzisi nesikhafulo.
ukuyekisa indoda ubufebe kuyenziwa ngemithi ikakhulukazi engamadliso. Okuye kwenzeke ukuthi amadliso aba nama side effects lapho uthole ukuthi indoda isakushaya uma idakiwe, uzoqaphela ukuthi izinyama eziningi azisawakhiphi amadliso afakwa ekudleni, sezikhipha amadliso lapho ugeza khona ulale nomuntu lihlale idliso. or lapho uqabula khona umuntu ngomlomo onomuthi lihlala idliso. amanye amadliso amabi ilawa afaka igazi lakho, ikhwethu yolimu, insila yakho, mabi lawo ngenxa yokuthi aba nama side effects ehlukile kubantu abahlukile. kuthi lawa afana nokugeza ulale nomuntu wona awabi nama side effects ababazekayo, amanye amaside effects edliso lokugeza ukuthi indoda ihlale ifuna ukulala nawe ngasosonke isikhathi, okungenzeka igcine isikudlwengula uma ungafuni.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.