Nyazangoma elibovu neli mnyama. Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. Iyangena emithini yokuthunyisa ekhaya ixoshe izilwane. Liyangena emthini yokubuyisela emuva izinto, liyangena emthini yokufuna isikweletu.
Umuthi wokuhlakaza izitha, zixabane. Umuthi wezitha ukuthi zishayane zodwa, ubhaxabula izitha lomuthi. Induku yokubhaxabula izitha
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.