Umuthi wesikweletu

Umuthi wokubuyisa imali ebolekiwe noma ethathwe ngumuntu manje akasafuni ukuyikhokha. Umuthi wokuqoqa isikweletu uma umuntu engasafuni ukukhokha imali akukweleta yona, uzomkhafula ngalomuthi ayibuyise imali eshesha. Ukubuyisa imali yakho ethathiwe ngumuntu osenqaba nayo, bring back your money. Omshonisa uzobasiza lomuthi uma ungu mashonisa ufuna abantu bakukhokhele uzoba wusizo kakhulu lomuthi, ukuqoqa izikweletu kuzoba lula. Umuthi wokubuyisa isikweletu ubiza R600 kodwa sithumelele sixoxe. umuthi wesikweletu buyisa imali

Umthi wokubuyisa isikweleti ongazenzela wona ekhaya. Uma esanqaba ukukukhokhela or ukubuyela imali yakho, asimthathe alale egijima ubusuku nonke
Mbabazane
Vuka kwabafile
Mwelela
Mthathe
Nyazangoma elimnyama
Uvungu lomoya
Mabuya
Isiphikeleli
Amasimba enja omile
Amasimba ekati omile
Amasimba egundane imbiba igundane lasendle elinomunqa ngemuva omile
Umuthi uyawugaya uwuhlanganise, uphephethe ntambama ngabo 9pm umthathe ngo 12 am ubuze igama lakhe, ukhuluma, Uthi makabone amakati nezinja ahluleke nokulala aze abuyise imali yakho, ukwenza 3 days. Uma uqeda ukuphephetha njalo kumele ugeze ngotshwala besizulu noma ugeze ngentelelezi yamabutho.

Uma ufuna sikwenzele umuthi olula wokubuyisa isikweletu sithinte sikwenzele kalula zibuye izinto zakho

Ukuphupha ngesikweletu

Amaphupho ngokulweleta umuntu ukuphupha uboleka into or ukweleta imali ngabe kuchazani?

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp