UVulakuvaliwe wenzani

Vulakuvaliwe umuthi uyangena emthini wokuvula izinto ezivaliwe, uyangena emthini yokuvula idlozi. Uyangena kwigobongo. Uyangena emthini oyisihlanzi. Uyangena emthini wokuthola umsebenzi. Uyangena emthini wokugembula. Uyangena emthini yenhlanhla.

Induku yezinhlanhla

Landa izinhlanhla zakho, izinto zakho ziqale zicace futhi Umuthi wokubuyisa izinhlanhla zakho ezashabalala, umuthi omuhle kakhulu lona, uzobona inhlanhla isondela futhi kuwena. Thatha nangu umuthi for bring back your luck.

Amabala angasuki ebusweni. Uma unamabala ebusweni, IPHAMBA,PHUPHUMA, TSHANI BEZWE, IBHEKA,VULAKUVALIWE, gaya lemithi ibe yimpuphu uthole neBOVU uligaye nalo libe fine uthole i container ye CAMPHOR ufake 2spoons zalomuthi fake manzi abandayo kuyeke kuhlale 3day bese uyakusefa kahle usuzothatha 5 spoons we BOVU add to the mixture mix well then malishona ilanga noma ekuseni uyagcobisa i mask yakho....

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp