Ngesayensi
Igama lesayensi luka-Jundumlahleni ngu-Curtisia dentata . Lesihlahla asisona esejwayelekile - siyisona sodwa emndenini waso wezitshalo, i-Curtisiaceae, engakadala ibiye ibalwe ngaphansi komndeni i-Cornaceae ("dogwood").
Sitholakala eNingizimu Afrika.
Ujundu mlahleni wenzani
Jundumlahleni muthi uxosha imimoya, ususa isidina, ususa isinyama uyawusebenzisa lapho waboshwa, waphuphunyelwa isisu,
wadlwengulwa, washonelwa. Futhi uxosha izilwane esikuhluphayo, uyelapha umeqo . Uyathakwa emithini yokuchela.
Uyasiza futhi uma ugula uphethwe yisisu uyawuphuza, kanye njengomuthi wokucupha ithuna/isidumbu.
Elinye igama lalo umlahleni, noma mlahlenisefile.
Ukuxosha isilwane ekhaya ngojundu
Ukukhipha isilwane ekhaya usixoshe sihambe.
Kunekhaya efakwe izilwane ukuze konke okuphuma kulelo khaya kubhimbe,
thola lemithi:
Inkukhu emnyama (black chicken)
Umlahlankosi
Jundumlahleni
Ozukwa abathathu (money)
Yenza kanje thola izibi zalelo khaya kuwo wonke makamelo
uthi ayyy sesiyahamba madoda nonke abanithumele kulelikhaya ningasali ngihamba nani manje asisabuyi lakhaya,
uthi uqeda ukusho lokho uzifake esakeni, mase uyaphuma nalezinto esangweni uthi "nayinemali yokudla phambili asambeni madoda",
ufake labozuka osakeni.
Uye ngasemfuleni ufike uhlabe lenkukhu ukhulume uthi "naku ukudla kwethu esizokudla" ugubhe umgodi oshonayo uthi "nina nonke
enithunyelwe lapha ekhaya salani nonke lana, ningalinge nigilandele" ufake isaka uvale, qede uflathele.
Manje sekumele ugeze ke.
Geza ke usebenzisa lemithi usalapho phela ungagoduka ungagezanga :
fika ekhaya uchele ngalemithi:
emvakwakho bethela ikhaya lakho liqine ikhaya izilwane zingadlaleli ekhaya lakho.
Utshale nezihlahla ezixosha izilwane uma uthanda.
Isikhafulo esiwumeqo,
lesi isikhafulo ophalaza ngazo bese ubiza igama lomuthi lapho ezohamba khona,
uma eke weqa ziyakhala.
Uhlushwa maphupho amabi noma usushise izintunyiselo,,, JUNDU MLAHLENI,,, gaya ube yimpumphu ubilise u half a cup yamanzi ne half a teaspoon yalomuthi phuza ukhafule kusashisa ixoshe imimoya,,,, thatha lomunye ogayiwe u JUNDU MLAHLENI ukhothe into incane nje bese uyalala......
VIDEO
Comments
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Video efundisa ngemithi yonke
VIDEO