Igama lesayensi luka-Unukani ngu-Ocotea bullata. Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Lauraceae, saziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"Black Stinkwood", i-"Cape Walnut" noma i-"Cape laurel". Igama elithi "stinkwood" livela ephunga elicace kakhulu uma isigodo sisanda kugawulwa. Sasetshenziswa kabanzi ukwenza ifenisha ngenxa yesigodo saso esihle, kodwa manje sivikelekile ngokomthetho ngenxa yokuqedwa kwaso ngokweqile.
Unukani umuthi odume kakhulu ngokufaka nokukhipha isichitho kuthiwa akumele uwusebenzise kakhulu ngoba nawo uvele uphenduke isichitho kuwena. Unukani ujwayele ukumila lapho kukhoma umquba khona lakuvundile khona. Phalaza ngonukani uma kukhona okugandla ngemithi. Unukani uyathakwa neminye imithi wenze umuthi wokubhaxabula izitha zakho. Nukani uses in traditional medicine
umsebenzi ka unukani umuthiNukani in english is Black Stinkwood uyasebenza unukani neqanda ukucupha umuntu othandana naye wuphuze neqanda ubone imihlola. Unukani nomalilisa ukhalisa indoda uyawuphuza uma uzoya kwindoda yakho.
UNukani Uyangena kumuthi wokususa isichitho nowokufaka isichitho. Unukani uyangena kwisibango. Uyangena emthini wokuhlakaza izitha ezihlangene ngawe. Unukani uyangena emthini yokukhulelwa, wokuvusa indu->ku, uyangena emthini wokuba mnandi embhe->deni. Uyangena emithini yokushubisa isidoda. Uyangena emthini yokucupha umuntu wakho. Uyangena emthini wokuyekisa umuntu utshwala. Uyabuyisela isichitho emuva unukani. Uyangena emthini wezitha. Uyangena kumuthi we interview owogaya ube yimpuphu bese uwufaka entweni yokugcoba. Uyangena emthini wokuxosha umuntu ongasamdingi empilweni yakho, unukani? Uyaphuzwa, uyaphalazwa, uyageza, uyafutha, uyangena emafutheni agcotshwayo. Uyathoba izinyawo ezivuvukele. Uyahambisana nesikhali.
Uma unenkinga yokuthuka ebusuku uma ulale, ukususa amaphupho amabi, uvuka ebusuku uhlale ngezinqa kade ulele? Zama lemithi
Susa izinduna ebusweni ezingapheli. Umuthi wokususa izinduna ebusweni, izinduna ezinenkani, induku yokususa izinduna uhlanze ubuso bube kilini, noma ngabe izinduna zesichitho.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.