Uyini umlomo?

Umlomo is a zulu word which means mouth, umlomo is used for talking and eating. Umlomo yishoba lokuziphungela which means that our mouth is a tool to defend or express how we feel, but it is art that makes it more powerful. Vala umlomo means close your mouth.

incazelo yesaga esithi umlomo kaweyi, sichaza ukuthi umlomo ukhuluma noma yini esifike kuqala

Umlomo omnandi umuthi wesizulu osetshenziselwa izinto eziningi ezifana nokushela, uyasiza nakuma interviews nalapho uzokhuluma khona nabantu, ukuze abantu bayithande into oyishoyo, lomuthi uyimpande , uma uyidla lempande uzozwa ukuthi inambitheka kamnandi. umlomo onuka kabi uqedwa yini? udinga ukuxubha ngomuthi obulala izilwanyana ezingamagciwane emlomeni, xubha kabili noma kathathu ngosuku, ususe ukudla okusele emazinyweni nge tooth pick, uvale amazinyo anezimbobo. Ungakudli ukudla okushisa kakhulu, idla ama fruits zonke izinsuku, ukudla okunempilo kumele ukujwayele.

umlomo onukayo usuke unamagciwane noma unezinyo elibolile, udinga ukuthenga izinto zokuxubha ezitholakala ezitolo, i south africa yonke kuma supa market. umlomo onuka kambi.

Umlomo obabayo wenziwa izinkinga eziphathelene nokugula lokhu ikakhulukazi kwenziwa ngamagciwane akhulayo emlomeni, kuyenzeka futhi kube mayelana nezinto ezingaphakathi njengenkinga yesibindi. kodwa isikhathi esiningi umlomo obabayo wenziwa amagciwane emlomeni, sebenzisa into yokukilina umlomo.

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo