Amangwe explained

Le article ikhuluma ngamangwe umuthi. Kukhona amangwe angabantu bese kubakhona amangwe angumuthi. Anginalo ulwazi noma Amangwe ayisizwe anobuhlobo obuthile yini nalomuthi esizokhuluma ngawo lapha. Ungalididanisi igama elithi uMangwe/UMango negama elithi Amangwe ngoba ngamagama ehlukene lawo achaza izinto ezahlukene. Kunegama elithi uMango elichaza indawo eyenyukelayo. Lapha kule article sikhuluma ngomuthi wokwelapha Amangwe.

Ngesayensi

Imibala emithathu ka-Amangwe icacisiwe kanje:

Amangwe amhlophe ngu-Terminalia sericea, kanti amangwe ansundu ngu-Terminalia phanerophlebia - zombili ezomndeni ofanayo wezitshalo i-Combretaceae, ngakho ziyahlobana ngempela.

Kodwa amangwe amnyama awahlobene nalezi ezimbili - lo ngu-Cadaba natalensis, esingowomndeni ohlukile ngokuphelele i-Capparaceae. Yize lisho igama elifanayo, isitshalo esingafani nhlobo nezinye ezimbili - akufanele kucatshangwe ukuthi imibala emithathu ichaza izihlahla ezifanayo noma ezihlobene.

Amangwe wenzani

Ayangena kwisikhafulo. Ayangena emthini wezitha. Ayangena emithini yenhlanhla, ayangena emithini yokucupha umthakathi, kuncika ngombala wamangwe. Ngezansi sizobheka izinhlobo zamangwe.

Types of Amangwe

Amangwe umuthi ehlukene ngemibala emithathu:

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

Syabonga kakhulu ngosizo
167 posts
Reply
?
 



Video efundisa ngemithi yonke