Umkhanyakude wenzani

Mkhanyakude umuthi, sinezinduku esazi ukuthi zinemigomo ethize uma sizisebenzisa, sazi ukuthi umkhanyakude igxolo alisebenzi ehlobo, ibutha kuthi libutha konke okubi nokuhle. Iqiniso litho yonke lemithi isebenza noma inini into efunekayo nje ukuthi ukwazi ukuyiqeda amandle uyenze lokhu okufunayo wena.

Umkhanyakude umuthi uyangena emthini yokuqonywa. Uyangena emthini yokuthandeka, uyangena emthini yomsebenzi. Uyangena emthini yokuvula inhlanhla. Uyangena emthini yebusiness nano iliphi business noma ngabe udayisa ngomzimba ama customers akho azokubona kuqala. Uyangena emthini yenhlanhla, emthini yedlozi, emthini yokugembula, emthini yesikhundla emsebenzini nasemphakathini. Ucacisa amaphupho, uyangena nakwisikhafulo.

umuthi wokuthandwa

Lomuthi uyipackage wonke uyahambisana, muhle uma kunabantu abavele bakuzonde ungenzile lutho.
Step 1
Uphalaze izinsuku ezinthathu bese
Step 2
Bese uza ngalona
Step 3 (Last step)
Uzothi uma uya kubantu labo abakuzondayo noma uya emzini kuwu december uphalaze ngalona. Noma uhamba uyoshela, noma uhamba uyofuna umsebenzi.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

If umntu wakho ulobole omnye ebe esajola nawe and beniryt avele nje out of the blue angasafuna nkwanto ehlangene nawe akmele ngiwenze yin umuthi womendo?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha