intolwane umuthi

Intolwane in english is called Elephantorrhiza elephantina it is small plant that does not grow big.

Intolwane umuthi owenza izinto eziningi lomuthi uyaphalaza ngamanzi afudumele ukhiphe inyongo, umuthi wesifuba, uyasebenza as umuthi wesisu, intolwane iyasebenza futhi njengembiza. Intolwane yenzani kumuntu wesifazane, Umuthi oqeda amanzi enanazi kumuntu wesifazane. Inciphisa inkomo kumuntu wesifazane. umvusanduku, intolwane umvusankunzi iyathakwa neminye imithi ukuze ilungise imizwa yomuntu wesilisa. Intolwane iyangena emithini yokukhipha isichitho kanye nesinyama

umuthi wokunyuselwa iholo

umuthi we promotion - ukunyuselwa isikhundla. Umuthi wenhlanhla yemali, kuncika ekutheni ukhuluma kuwona uthini.

Umuthi wokususa isinyama

Umuthi wokukhipha amabhadi, isinyama, amashwa, isikhwathalala.

Geza ususe isinyama

Wachithekelwa isisu? Walala nomuntu ozilile? Ubuya ejele?

Ukwandisa imfuyo

Umkhumiso umuthi owandisa imfuyo.

umuthi wokususa isinyama

Susa isinyama ngalomuthi osebenzisa intolwane Bilisa umuthi uphole uyogezela esigangeni/esithe ukhulume uthi a kusuke isinyama namabhadi kuvele ukukhanya ezintweni zakho, usho ukuthi amabhadi nesinyama uzokushiya Lana bese uyagqoka uyagoduka ungabe u sabheka emumva uze uyofika ekhaya.

umuthi wokuthandeka emzini

Ngangiwenzele usisi lomuthi owayethi abamthandi emzini lapho eganele khona. Lomuthi uyipackage wonke uyahambisana, muhle uma kunabantu abavele bakuzonde ungenzile lutho.
Step 1
Uphalaze izinsuku ezinthathu bese
Step 2
Bese uza ngalona
Step 3 (Last step)
Uzothi uma uya kubantu labo abakuzondayo noma uya emzini kuwu december uphalaze ngalona. Noma uhamba uyoshela, noma uhamba uyofuna umsebenzi. awukho umuthi omuhle njengalona.

Malusi Ngicela usizo Umuntu wami uhlushwa ukopha okunganqamuki , kubi impela ngoba last week ubeyothola igazi esibhedlela but kunhlanga zimuka nomoya

Admin Ake uzame intolwane iyodwa nje izokuqeda nya ukopha.

Maka Boy Sanibona ngicela ukbuza yn engangsiza isisu sami sigcwala umoya ngsuze uwayawaya noma ngingachatha kyefana melikhona ikhambi elingangsiza cela ningyalele pls ngkhathele uksuza

Admin Phuza intolwane uzoba right makaBoy


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Thokoza mkhulu,mna ndicela ukhuthi usize ndine acid eninzi ebange ntlungu apha ethangeni uyadamba xandisele amanzi kakhulu naxandisele pilisi zayo kodwa phinde ibuye,lento yenzeka xa ndinenteshe ndi gain wait ngesisu.
Molo ndicela ncedo ngeyeza loba nomtana ngagqibela ngitye zinthlamvu zensangu maybe 7 yrs back nangoku angnaye
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp