Ngesayensi

Igama lesayensi luka-Undabungehlele ngu-Anredera cordifolia, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"Madeira vine". Lesi isithombo esiyisiphuzi esikhwelayo (climbing vine) esingowomndeni wezitshalo i-Basellaceae, esinamaqabunga anesimo senhliziyo, aluhlaza futhi anonile, kanye nezicubu ezikhula emagatsheni aso esiwusuka wokwanda kwaso. Sidabuka eNingizimu Melika esilingiwe kwezomnotho (subtropical South America), kodwa eNingizimu Afrika sesihlukaniswa njengesihlahla esihlaselayo (invasive plant), esikwazi ukumboza nokucindezela izitshalo zomdabu.

Undabungehlele wenzani

Undabungehlele umuthi wenzani? Uyangena kumuthi wesibango. Uyangena emthini yokukhulelisa, uyangena emthini yokuvusa ubaba ekamelweni. Indabungehlele inkunzi yomuthi uyiphuza nobisi uma ungumuntu wesilisa owehluleka ukuthola izingane ishubisa uketshezi lomuntu wesilisa libe luningi ukuze kwande amathuba okuthola abantwana. Uma kukhona umuntu wakini obulewe angikhathali noma ngesikhali noma ukuthakathwa. Abambulele bamlandela ngokushesha. Ugeza lo oshonile ufake neminye imithi uthi akabalande. Lomuthi uyangena futhi kwintelezi.

isithombe sandabungehlele

indabungehlele or undabungehlele

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Video efundisa ngemithi yonke