isibunge sebusiness umuthi wokuletha abathenga or ama customers ebhizinisini lakho lomuthi wenziwa ngezindlela eziningi akuwona umuthi ofanayo kuncinga kwinyanga oya kuyona

Senzani isibunge?

Isibunge umuthi wokudonsa abantu kwi bhizinisi lakho ukuze bathenge isibunge sifika ngezindlela eziningi isikhathi esiningi isibunge uyasithunyisa kwi business lakho njalo ekuseni ngaphambi kokuthi livule, sike sibone amandiya ethunyisa zonke izinsuku ngaphambi kokuvula.

Isibunge sebandla

isibunge sokudonsa abantu siyasebenza kakhulu lapho unebusiness elifana nebandla, ingakho kukhona isibunge sebandla esenza abantu bakulandele kakhulu ebandleni lakho umuthi lowo owenza ibandla likhule libe likhulu.

Isibunge seshishini

isibunge sokudayisa siyasiza kakhulu kulabo abane business elidayisayo imikhiqizo okungaba isitolo or abadayisa emgaqweni. Siyasebenza isibunge sokudayisa ukuze ibusiness lakho ligcwale abantu bathenge. Isibunge samathwasa siyaye sifane nesibunge se business kujwayele ukuthi kube ngumunthi owodwa

hlanganisa isibunge

Isibunge sihlanganiswa ngezindlela eziningi kuke kuthakwe amaqeba ezinyosi isikhathi esiningi. Esinye senziwa ngemithi nje kuphela kujwayele ukuba yimithi engaphezu kwa 10 ehlanganiswayo ukwenza isibunge.

UMDONSO kusachaza igama elilodwa nesibunge, umdonso isibunge. Uma ufuna ukuthenga isibunge kuthina bheka inumber yethu lapha ngezansi.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp