Igama lesayensi le-Iphuphuma ngu-Ilex mitis. Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Aquifoliaceae, sihlala luhlaza unyaka wonke futhi simila ngokushesha size sibe side. Sivela e-Afrika engaphansi kweSahara nase-Madagascar.
Iphuphuma Liyangena emithini yokuthandeka. Uyaligaya ulihlanganise neminye imithi oyigcoba ebusweni uma unobuso obubi wenze face musk. Iphuphuma umuthi wemali uyasebenza as umuthi webhizinisi - lesihlahla siyathakwa neminye imithi lapho ugeza khona uphalaze ucele imali oyifunayo. Iphuphuma umuthi uba yingxenye yegobongo lapho uhlanganisa izidalwa zakini kanye nezidalwa zakomalume.
Amabala angasuki ebusweni. Uma unamabala ebusweni, IPHAMBA,PHUPHUMA, TSHANI BEZWE, IBHEKA,VULAKUVALIWE, gaya lemithi ibe yimpuphu uthole neBOVU uligaye nalo libe fine uthole i container ye CAMPHOR ufake 2spoons zalomuthi fake manzi abandayo kuyeke kuhlale 3day bese uyakusefa kahle usuzothatha 5 spoons we BOVU add to the mixture mix well then malishona ilanga noma ekuseni uyagcobisa i mask yakho....
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |