IShongwe liyangena emthini yemali. Liyangena emthini yenhlanhla. Liyasetshenziswa abantu besifazane ukwenza inanazi ibe tight, liyangena kwabelisi kwimbiza yokuvuka embhedeni. Lelapha izilonda emaphashini, emathunjini, izinso njalo njalo. Ishongwe umuthi onamacembe aphuma ubisi, ngaphansi linempande engathi wubhatata. Umuthi wekhanda futhi - uma uphethwe yikhanda uyaligaya lome ulibheme.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.