ugcabelani?

ugcabe or ukugcaba yini? ukuthatha i-razor usike isikhumba (skin) bese ufaka umuthi ngaphakathi, lokhu kuyenziwa uma unezifo ezithile ezifana nenkwashu, uma ufuna ukugoma ukuze ungathakatheleki, kuyenziwa uma kubuhlungu amalunga omzimba, eminye imithi yokuqina idinga ukuthi ugcabe, eminye imithi yokukhipha isilwane idinga ukuthi ugcabe. Ukugcaba futhi kuyenziwa ebusweni njengengxenye yosiko kumazulu nakumampondo. Yin inkwantsu? inkwantshu ichishe ifane nejaqamba kodwa yona lapho ikhona leyondawo ibandikindiki, isikhathi esiningi uba nenkwantshu uma kade ubuhleli ngaleyondawo, isibonelo uma uhlale kabi ngomlenze uthi usuyasukuma umlenze undikindiki, abanye baphathwa yiyo inkwashu noma kade bengahleli ngaleyondayo, uthole umuntu enenkwashu isikhathi eside lokhu sekukubu ngoba kusho ukuthi unesifo esithile. leyo nkwashu isuke isidinga ukwelashwa.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?