Ugagane umuthi onameva ungena ezindaweni eziningi uyathakwa neminye imithi ukuze kwenziwe izikhafulo, uyathakwa neminye imithi okubalwa iwozawoza ukuthi abantu bajike nawe lapho uhamba khona. Luyangena futhi emthini yokuvusa indu-ku, emthini yokuqinisa umuzi, kanye nakumkhumisa wemfuyo. Uyangena emthini yokubuyisa isithandwa. Impande yogagane iyaphalaza, ukususa amanzi amnyama, nemithi osuke ufakwe yona ngabathakathi. Iyangena emthini yokuthandeka.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.