Impande meaning? Impande is a zulu word which means the root of a tree, but the word can be used to mean any form of a 'root' or to mean the 'causes'. Imali yimpande yesono is a zulu phrase which means money is a the root of all evil, money is the course of all problems.
Imali iyamshintsha umuntu abe wusathane, okuchaza ukuthi umuntu obenezenzo ezinhle uyaba nemali ashintshe uma esenemali aqale abukele phansi abantu. Imali impande yesono inkulumo elungiselelwe kumele wazi ukuthi izinkinga cishe zonke ezikhona emhlabeni zilethwa yimali, abantu bayashintsha babe yizigebengu ngoba befuna imali, abantu besifazane badayisa ngemizimba ngoba befuna imali, abantu bashiya amakhaya baye kohlala kwamanye amazwe bashushumbise izidakamizwa ngenxa yemali, abantu besifazane esikhathini sanamuhla bayaqoma indoda ngoba inemali, hayi ngoba benothando lwayo.
Bible verse elikhuluma ngokuthi imali iyimpande yesono litholakala ku 1 kuThimothewu 6:10 ZUL59 Ngokuba ukuthanda imali kuyimpande yakho konke okubi; Funda lelo verse le bible uzikholise.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |