Umunyu uxosha izitha, uyangena kwidliso, uyangena kwisikhafulo, uyangena kumuthi wecala, uyangena kwizinhlanga zothando.
Thoko Sanibonani ngicela usizo bengidlalwa kakhulu amadoda shuthi ngangcina sengithole engithandayo ngangcina senginika indoda u R20 000 ukuthi iyongilobola nakhona ngase ngifuna ukuthi nami ngibe nesthunzi.sahamba sayobhala manje nansike indoda isithi angiphume ikwayo laykhaya but ayikaze isebenze kusebenza mina 😭😭 .iyajola yenza yonke..ngicela ikhambi lokuthi Iduke nezwe sengikhathele cs ujike angibhaxe....nglekeleleni!!
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.