Ungibonisele ngilahlekelwe umuthi uyaqguma ngawo uyaphalaza ngawo usetshenziselwa izinto eziningi okubalwa izinkinga zedlozi, ukuthola umsebenzi, umuthi futhi wokunyuselwa esikhundleni emsebenzini, ukukhulumisa isithunywa lomuthi uyasebenza kulokho. Emithini yokuthandeka ube nogazi uyangena futhi lomuthi.
Ungibonisele umuthi uyathakwa neminye imithi ukuze kuphume umuthi wokuhlakanipha esikoleni, uyasebenza lomuthi ukuthi kube lula ukukhumbula Uvuka kwabafileyo umuthi lona othakwa neminye kuphume umuthi wokuphasa esikoleni, uma usuwuthakile nenqgondo yesilwane esiyindlovu efile nenkawo efile lomuthi uzokuvusa lokho, bese uyahlakanipha esikoleni. Kusadingeka eminye imithi ukuze usebenze.Ungibonesele is a traditional herb that is used by native people in south africa for multiple purpose ,
uyangena emithini yokuvusa indu-ku. uyangena emthini yokukhuphula idlozi. uyangena emthini yokulanda isikweletu.
umuthi wokucupha ithuna elisha. Elingakasetshezwa abathakathi.Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |