Isambulo siyangena emthini yokukhuphulwa isithunywa. Siyangena kwigobongo, Siyangena emthini wokuvula izinto zakho ezivalekile. Siyangena kumuthi wenhlanhla. Siyangena emthini wokucacisa amaphupho.
Igobongo , isambulo njalo lakukhulunywa ngaso khona kukhulunywa ngamagobongo noma idlozi, amagobongo ahlukene kaningi, amanye enziwela ukuthi idlozi likhulume nawo lisho lifunani. umuntu mayedla amagobongo akusho ukuthi usuke ezothwasa noma uyathwasa cha. Kunabantu abazitshela ukuthi igobongo or amagobongo achaza ukuthi uzoba isangoma cha akunjalo. Igobongo uyalenza lapho uhlola khona kungaveli lutho, kodwa unabantu abadala, ukuze bafike bazosho ukuthi bafunani kuwena, yini okumele uyenze.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |