Igobandlovu umuthi wenzani?

Gobandlovu herb is a multipurpose muthi.

  1. you can use it to bring back your ex , you can use it together with izikhafulo to bring back your woman/man
  2. You can ask anything from it
  3. It is helpfully when looking for a job
  4. For managers to like you at work
  5. It is also used to command people, e.g. if someone owes you money you can use gobandlovu to , he will pay the money as soon as possible
You can bath with it and steam with it as well. To use gobandlovu , you sniff it and say what ever you want to say.

igobandlovu umuthi wesizulu uyagquma, uyageza ngawo. Wenza izinto eziningi lomuthi. Uyakwazi ukusebenza ekubuyiseni umuntu owawuthandana naye, uyakwazi ukucela izinto kuwona noma ngabe yini oyifunayo, uyawusebenzisa kakhulu ekufuneni umsebenzi, umuthi wokuthandwa abelungu emsebenzini bakunyusele esikhundleni, badedele imali eningi. Uma kunomuntu okukweletayo uyasebenza lomuthi ekutheni umuntu abuyise imali yakho.

Omunye uMkhulu wathi umuthi iGobandlovu liyafakwa nasezikhafulweni uma ufuna ukubuyisa umuntu wakho liyaxutshwa neminye imithi yezikhafulo and liyabhenywa emakhaleni like Snuff. Umlomomnandi uwona ohlanganiswa ne chappies kodwa ke aBelaphi ibona abangasichazela kangcono ukuthi lifakwa kuphi nakuphi singenzi izinto esizicabangela zona. Igobandlovu picture is below:

igobandlovu picture

Zanele Khoza Hhay nami IGobandlovu lingenzele izimanga umyeni ubengangikhulumisi engadli ngisho ukudla ngalokhu ngikhuluma negobandlovu Lam nje khona besengibona engathi akwenzeki lutho hhayi izolo ufike umuntu wakhuluma konke wabuza nengishoda ngakho. Umsebenzi wegobandlovu ngiyawubonga mkhulu.

Nomusa Mkhwanazi Be ngifuna ukubuyisa indoda yami ngabhema igobandlovu, ngayisebenzisa ukuphephepha umuntu wami, ngithe ngisahleli nje lingakapheli ne hour wafona, waxolisa ngamaphutha akhe, uze wathembisa nomshado, igobandlovu uyalisebenza as umuthi wokubuyisa indoda, uyalibhema, uma ufuna isikhafulo esisheshayo sokulanda i x yakho zikhona ziningi kuleli page mina sengiphila ngalo leli page lemithi.

Miss Ndebe Ndinotata womntwana owathathwa yintombazana ndikhulelwe wandilaxaza kanjalo ndiye ndazama ngakokonke akabuya but ndafumana leli page sigxoba.ikhambi ndaqala Ndanyusa ikawusi ngoba ndiva ubufakazi babantu ndanethemba ndaqala ngomhlambamanzi ndeza ngomsuzwane ndahamba ndayosika igobandlovu isphephetho Kanye nonukani wanyamalala unukani kwangiphatha kabi kakhulu ngoba ngangazi ba kuchazani ouk ndiye ndasebenzisa umsuzwane ngagquma ngageza bengakaphalazi ngathatha igobandlovu ngalibeka esandleni ngalishuka ngakhuluma bcz inumber katata womntwana bingasangeni shut wayishintsha ngithe ngisa busy nginganakile ekhitshin lami engitohoza kulo ma ngiqala ngibuka ifoni ine msg kawatsap mangibheka iprofile pc uyena uyabingelela asethi uyangithanda kakhulu futhi uyangikhumbula hai nami angibanga sakhuluma okuningi ngavele ngathi nje ngiyakuthanda nami ngikukhumbula kakhulu waseqhubeka ke no kuxoxa igobandlovu lingenzele ismanga ngaphandle nje kokulibhema

Hlengiwe Msomi Sanibonani ngithenge gobandlovu namhlanje ngalikhulumisa ngalibhema ngase ngifonela ubaba wengane yami esixabene naye sakhuluma iskhashana wathi usa busy waqede wavala ifoni , ngaphinde ngazama ukumfonela manje akasaybambi ifoni uvele ayicishe noma iringe ize ingene ku voicemail... Ngcela ningsiza ukuthi ngenzenjan angsazi makunje

Sipho Qala uzicleane ngomsuzwane 3days bese ulandela ngonukani 3days ugcine ngomhlambamanzi uyagquma yaphalaza uyakukhulumisa konke okufisayo bese ubhema igobandlovu ungamfoneli bese usebenzisa umlotha wangaphandle nempuphu umkhafule uthi bogogo nomkhulu ngilandeleni ΓΌ so a so bese

Maka Girl Mkhize Ngisebenzise umhlambamanzi ngosuku olulodwa. Ngigqumile ngaphalaza ngageza ngawo ngayochitha emfuleni ngoba nakhu bengisaba ukuyokwenzela khona emfuleni oseduze ngoba kusendleleni.Ngalobobusuku ngithintwe ngubawengane esengineminyaka edlula ewu 5 ngingamazi wadukelaphi. Bengiwusebenzisa ngoba ngifuna inhlanhla zami zivuleke. Njengoba ngizoqhubeka nge course yami yomhlambamanzi nomsuzwane nonukani ngoba konke ngikutholile ngenza step by step ningangisiza ngenduku yokuthi angiphe imali noma ngiyakwazi ukusebenzisa igobandlovu namangingahlali naye Na? Onolwazi ngcela angisize.Angbonge kwabazosiza

Ukubuyisa isithandwa sakho esikushiya

Umuthi wokubuyisa isithandwa sakho ungawuthenga kwi admin yaleli page sinesikhafulo esisebenzayo kakhulu. sithinte lapha kuwhatsapp. Uma ufuna igobandlovu sizokudayisela nalo. Igobandlovu for sale. thinta kuzovulekwa whatsapp 065 221 0383

Igobandlovu elidayisayo ngo R100 ungazitholela igobandlovu lakho, bheka inumber ka admin kuleli page.

igobandlovu picture

Scammer Alert!! Kunama scams aqola abantu, athi azobuyisa umuntu, akwenzele umuthi on your behalf, bese ukhokhile akunike ama articles ami. Angisebenzisani nabo Thokoza gogo, Ayikho inyanga ekwazi ukukhafulela omunye umuntu. Imithi idinga wena mnikazi ukuthi uzenzele. Ayikho inyanga ebuyisa umuntu ngesithombe. Before ufakele imali umuntu mbuze ukuthi uzokuposela yini imithi? uma engakuposeli vula icala. Ungamfakeli imali umuntu othi uzokwenzela umuthi. Always ask for a person's bank account and click verify sender ukuze uthole ama details ebank owner.
Comments
Themba 2021-11-05 05:07:22
Litholakalaphi igobandlovu
Sfiso Jonase 2022-01-02 12:23:13
Ingabe ngempela igobandlovu liyasebenza futhi liholakala kupi uma ulidinga?
sifiso 2022-01-02 14:40:29
Ingabe ngempela igobandlovu liyasebenza futhi liholakala kupi uma ulidinga?
Sandy ndaba 2022-02-20 00:52:50
Ngahlanganisa Ivendle Nqangendlela Mlomomnandi Vuma omhlomphe Gobandlovu Ngaphalaza, ngakhotha ngadla ne chappies haaaaa izinto Zenzeka ngendlela yami
Ntombi zungu 2022-02-24 11:27:54
Sanibonani ngibonga ukungena nginenkinga ngihanjelwe humyeni wami sishadile nezingane ezingu 3 ngifuna abuye anje angaz I ngenze njani ngiqale kuphi ngigcine kuphi singa u sizo lwenu zhlobo zami
Yaya 2022-04-22 22:51:01
Hi. Litholakalaphi igobandlovu?
Ntobeko ndlovu 2022-05-31 13:53:23
How to use igobandlovu
Senzo 2022-07-18 22:03:52
Sanibona libhenywa kanjani igobandlovu and ulisebenzisa kanjani ukukhafula ngalo
Kunene 2022-07-21 09:34:16
cha bafwethu nam ngicela ukuvuma igobandlovu ngiliqale izolo nje singezwene kakhulu nowakwam kodwa emva kwalo lwehla ulwandle noma kungenasiphethe esitheni kodwa cha kuthe bhodlo leli page lisebenza ngampela futh luwusizo kakhulu inkosi ibusise umholi walo ngzoqhubeka ngilisebenzxise igobandlovu ngzomzuza lo unamanga zizokhala enyameni zonke kuye ameenii syabonga
Nokulunga Ntuli 2022-08-13 02:12:32
SAnibona cela buza gobindlovu liyasebenza yini Uma isichitho sifakwe ndlini hayi bo ngicasuke yabhubha sizani bo
zandile shezi 2022-10-04 10:51:33
ngimusha ngicela usizo
MaSibiya 2022-10-17 11:21:24
Sanibona ngimusha cela ukbuza litholakala kuphi igobandlovu futhi ulisebenzisa kanjani?ngyabona.
Mpho Mgabhi 2023-01-30 02:42:33
Cel kubuza ngingalitholaphi.. Nokuts ngingalisebendzisa kanjani

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp