Ngqangendlela tree

Ngqangendlela umuthi elinye igama lawo ishobalehashi umuthi. Unqangendlela umuthi uyasiza kubantu abanenkinga yesibeletho, uyathakwa neminye imithi. Ngqangendlela umuthi uyangena ezikhafulweni zokubuyisa indoda owawuthandana nayo noma intombi owawuthandana nayo.

Nqangendlela umuthi uses

Isibunge umuthi owenziwe ngonqangendlela

Umuthi wokubiza abantu or wokudonsa abantu ebhizinisi lakho, Imithi lena engezansi ayinabo ubungozi isibunge esihle lesi esiphephile. Gcwalisa ibusiness ngokushesha ngalesibunge.

Ngqangendlela wenzani

Ungqangendlela uyangena kwizikhafulo, uyangena kwintando, uyangena emthini wokuxosha umuntu empilweni yakho, uyangena kumuthi wokuthandeka.

Isikhafulo sokubuyisa isithandwa sakho

Imithi yokwenza isiKhafulo buyisa indoda or umfazi wakho ohambile usebenzisa ngqangendlela Lesikhafulo asidingi imithi eminingi, okubalulekile lapha ukuthola original wamafutha omkhovu.

Uvalekile ukubhula

Vula ukuhlola uhlole futhi njengokujwayelekile. Isangoma esivaliwe ukubhula lapha angeke singavuleki.

Ukuphupha Nqangendlela/Ngqangendlela umuthi

Amaphupho ngomuthi Nqangendlela, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Nqangendlela? Ukuphupha umuthi Nqangendlela ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini? 

Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?