ubhubhubhu umuthi isilawu lomuthi ubulawu obunamandla kakhulu, lomuthi wenza izinto eziningi uyaphalaza ngawo. Umuthi wezidalwa lo uyasebenza ekuhlanganiseni izidalwa lapho usuke uthakwe neminye imithi. Uyathakwa neminye imithi ukuze uvule izinto zakho ezivalekile. Umuthi wegobongo ubhubhubhu, lomuthi uyangena kwigobongo ikakhulukazi igobongo lesithunywa. bhubhubhu umuthi uyangena kwigobolo lezidalwa zakomalume.
Ubhubhubhu uyathakwa no umlomo omnandi, usphahluka, umkhanyakude neminye imithi ukuze uthandeke ube yinsizwa ethandwa ngabantu besifazane. Niqaphele wemadoda izifo ziningi ngaphandle, akusasizi ukuganga izwe lonakele abanye sebeqomela imali and bazokufaka umuthi uphelelelwe yi direction yempilo.
ukuphupha ubhubhubhu umuthi kuchazani?
Umvusanduku umuthi, Uyachatha ngawo lomuthi usuke uthakwe neminye imithi ukuze uvuse induku.
Ubhubhubhu umuthi lo uya phalaza, uya futha, uya qguma ukuze izinto zakho zicace zibe mhlomphe, uyathakwa neminye imithi, uma uwusebenzisela inhlanhla isikhathi esiningi uwusebenzisa izinsuku eziyisikhombisa
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.