isoka lakazulu wenzani

Isokalakwazulu umuthi uyangena emithini yokuthandeka. uyangena emithini yesikhundla emsebenzini nasemphakathini, iyangena emthini yokuhlonipheka.

umuthi wamasoka

umuthi wokushela lona kulabo abasashela, umuthi oyisihlanzi, ucacisa izinto, uletha inhlanhla , ukwenza uthandeke abantu bakukhonze futhi. Awunabungozi. ake sithake amakhambi sikwenze uthandeke kakhulu abantu bonke. umuthi wogazi lona. umuthi wenhlanhla lona, Umuthi wokuthandwa izintombi or uma uyintokazi umuntu wokuthandwa amadoda lona. Qguma or futha ngalomuthi, phalaza ngalomuthi, geza ngalomuthi.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha