Liyini icimamulilo

icimamlilo umuthi uyangeni emthini wecala. Icimamlilo liyangena emithini yezitha, yezimpi, yabathakathi noma uhlushwa ngomakhelwane. icima mlilo umuthi liyasiza kulokhu okulandelayo

Isikhafulo sokubuyisa iex esinomuthi icimamlilo

isikhafulo usebenzisa umuthi icishamlilo , Isikhafulo esilula impela lesi. isikhafulo sesibuko nesithombe (photo) lesi sokubuyisa isithandwa sakho , noma ngabe umfazi or indoda yakho sisebenza kubona bonke ubulili. Uzodinga futhi isibuko (mirror) esisha ongakaze usisebenzise kanye nesithombe salomuntu ofuna abuye.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Imboziso isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyakukilina ikhipha, idliso. Iyangena emithini yokususa isichitho. Iyangena emithini yokuqeda isilungulela. Iyangena kwintelezi yokuchela.
Mahogo (Ikhambi likagcolosi uMahogo) isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwidliso, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokukhipha idliso. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuqeda izinduna ebusweni. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini yamathumba. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yombandamo.
UMHUNGO isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyafutha, uyaphalaza, usetshenziswa emithini wokudakhela izitha. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wedlozi. usetshenziswa emithini yokudonsa ama customers, usetshenziswa emithini yokudonsa imali.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp