impinda umuthi yenzani?

impinda umuthi uses and benefits, lapha sizokuchazela ngomsebenzi walomuthi obizwa ngokuthiwa yimpinda. Impinda umuthi uyawusebenzisa ukubona umthakathi okuthakathayo, uhlanganiswa neminye imithi uwufake ngaphansi komcamelo.Impinda iyasebenza njengomuthi wokushaya izitha. uyasebenza futhi njengomuthi wokuziphindiselela, uyangena futhi emithini lapho uncintisana khona, isibonelo: umuthi webhola, umuthi wokudlala induku.

Hlakaza izitha ngempinda, zishayane zijikelane. zizondane, bonke abahlangane ngawe baphenduke izitha. Induku yezitha lena, bhaxabula boh:

ukuphupha impinda umuthi

Amaphupho ngomuthi impinda, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi impinda? ukuphupha umuthi impinda ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp