Umuthi wokuqonywa

Foshela umuthi elinye igama lawu ngu Ntombi zimqoma ngambili umuthi elinye igama lawo futhi ngu Beyishelenini lingase likudide lelo ngiyazi abaningi bawazi lomuthi ngokuthi ngu Foshela . Umuthi lona owenza uthandeke, umuthi wokuthandeka, uthakwa neminye imithi kodwa awudingi imithi eminingi ukuthi usebenze uyathakwa nomuthi owodwa kuya kwemithathu. Ntombi zimqombangambili kuhle wazi umuthi ngaphambi kokuwusebenzisa amaphutha abantu abawenzayo ngomuthi maningi, njengalomuthi muhle kakhulu kodwa kumele uqale uzikiline kuqala angeke uvele ufake umuthi omuhle egazini elincolile.

Ufoshela umuthi wokuthandwa izintombi uyakhiwa impela ngawo ufoshela ake usithinte sikwenzele lapha @ mnelisi.com asisayi posi imithi ngenxa yalaba abatshontshi imithi yethu daily epagini. Siyathaka sidayise kuphela manje.

Ukuphupha ufoshela ngabe kuchazan? Wubheke ufoshela uwubone ukuthi wenzani, incazelo uzoyithola ngokutadisa ufoshela.

Umuthi othakiwe ngofoshela Umuthi wokuthandeka wogazi lona othakiwe sisebenzisa ufoshela ebesixoxa ngayo ngenhla umuthi othakiwe ngofoshela

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp