ILukuluku or unhliziyonkulu umuthi, ilukuluku liyangena kwizikhafulo, liyangena kumuthi wokufuna isikweletu. Linyangena emthini wezintombi or umuntu wogazi nokuthandeka. Kahle kahle ilukuluku lingena emthini lapho ufuna ukwenzisa umuntu into ukuze abe nogqozu lokuyenza.
Umeqowothando uma ufuna umuntu akuthande, uyaphalaza ubize igama lomuntu athi angeqa azizwe ekuthanda.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.