Igama lesayensi lika-Umganu ngu-Sclerocarya birrea, esaziwa kabanzi ngokuthi i-"marula". Lesihlahla sidonsa amaqabunga ngasebusika (deciduous), sithela izithelo, singowomndeni wezitshalo i-Anacardiaceae. Sitholakala emahlathini ezindawo ezishisayo zeSouthern Africa, iWest Africa, iEast Africa nase-Madagascar.
Umganu umuthi ugeza amathunzi amnyama,ezimbizeni zokuphuza zokuchatha kuzi cleana,ukuthola mendo mshado, ukukhanda isithunzi,ukuhluphekisa umuntu,ukulahla isilwane nesipoki,ukugeza dlozi,ukukhipha ndliso,uqeda izinduna, kuningi nje. Angivuleli ke njalo ukuthi nibuze mawufun kugana wenzenjan ? Ayiii no bengichaza nje.
Umuthi wesisu esibuhlungu. Ngisekhona zingane zakwethu mane ngibambe kabi nje,ma uhlushwa isisu esubuhlungu pheka uMGANU ukhezo=1L ukubilise uphuze half a cup sophela nya....
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |