Lulashwa kanjani uvalo?

Uvalo in english is called fear, in sotho fear means letswalo. Uvalo is a zulu word which also means ukwesaba, itwetwe. In isizulu someone who always has a fear is called igwala. Where you are scared to face a situations people say you have igwababa.

What causes uvalo? uvalo is caused by a wrong diet or it can be inherited from the family genes. uvalo can also be caused by being exposed into situations that are uncomfortable, lower self esteem triggers uvalo as well. How to treat uvalo? to cure uvalo you need to change your diet, eat healthy food, take a gym, seek a counselling, read books on how to boost self esteem. Expose yourself to more uncomfortable situations, example: if you are scare to drive in a traffic, just do it take your car and drive in a traffic, do the same on the following day, up until uvalo goes away.

Yini uvalo? uvalo itwetwe, uvalo ukwesaba okuhambisana nokushaya kwenhliziyo, abanye kuze kube manzi amakhwapha, abanye bayajuluka umzimba wonke. Abanye uma beshawa wuvalo akukhulumeki, ludalwa yini uvalo? noma lenziwa yini uvalo? Uvalo lenziwa ngumqondo, luyinto esekhanda ekutshelayo ukuthi iba nokwesaba, uvalo luyaba yisifo lapho wesaba khona kungekho lutho oluyingozi, uvalo lwakelwe ukukuphephisa ezingozini, isibonelo: uma ubona inyoka ushawa wuvalo, wuvalo olwenza ubaleke uma ubona inyoka. What if ushawa wuvalo kungonakele lutho? yikho lokho okuyisifo.

Ukushaywa uvalo olungapheli kuchazani mnelisi.com

Ukushaywa uvalo olungapheli kuchazani - kuchaza isimo esithile okumele usilungise, isimo sokuqala esenza uvalo ukudla okungenampilo. Qaphela ukudla okudlayo, mina itiye lingenza ngibe novalo. Bheka ukudla nokudla okudlayo, Hlukana nokudla okunoshukela, hlukana nokudla okuno salt, uphuze amanzi kakhulu,idla ama fruits and veg.
Uvalo olungapheli kungabika isimo sokuthi kumele ulandele ubizo lwabadala, ukuze uthole ukuthi uvalo lwakho kuhambisana nesithunywa or idlozi or ukuthwasa, kumele uye kohlola esangomeni noma kumthandazi ukuze uthole amaqiniso ngempilo yakho.
Ukushawa uValo kungachaza ukuthi kunomuntu okugadla ngemithi, uma ungumuntu wesifazane ngalesikhathi indoda ethile ikuphephetha ngezikhafulo wena ushawa uvalo ngalesosikhathi ikubiza ngemithi.

Umuthi wokwelapha uvalo uqala ngokuthi uyeke ukudla oku sawoti kakhulu, uyeke ukudla ushukela, bese uyayeka futhi ukudla okune starch, idla ukudla okunomsoco uzivocavoce, uma uvalo lwakho lukushaya ebusuku usuzolala kungenzeka unesilwane ekhaya. ukuze ufunde more ngesilwane landela le link
Khipha isilwane

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
ukushawa luvala njalo uma sewuzolala kuchaza ntoni?
Very useful information, mna lundishaya kabuhlundu kude kubengathi ndivaleka umoya
Very useful information, mna lundishaya kabuhlundu kude kubengathi ndivaleka umoya
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo