Umzekeliso inganekwane wuhlobo lwenganekwane olumayelana nento engumlando eyenzeka.
Kungaba yimpi noma izigameko ezithile ezenzeka esizweni esithile.
Ezinye izigigaba kumzekeliso azikholakali.
Kodwa uqaphele sixoxa ngenganekwane lapha othi usafunda umlando, uzwe sekuthiwa
amatshe akhuluma, izilwane zakhuluma, izihlahla zakhuluma.
Kunenganekwane edumile lapho isigodi esithile sakwazulu sasiya empini,
Kwakhuluma inyoni ibaxwayisa omunye wayilalela wagoduka,
Kubobonke abaqhubeka bayiphikisa inyoni baya empini bashona bonke.
Kulohlobo sithola okuningi okunye kwakho: ubuqhawe babantu, amakhosi, izinto ezimayelana nesizwe esithile.
Ngumzekeliso ke lowo esikhuluma ngawo, ukuze ufunde ezinye izinhlobo zezinganekwane sicela
ufunde uqhubeke wehle ne pheji lethu.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |