Unogwaja is a zulu word that is used in sothern africa , in english the word unogwaja refers to a rabbit. Unogwaja is known in zulu fairly tales as a fast and intelligence animal. Nogwaja is almost the same size as a cat.
Unogwaja isilwane esincane esihlakaniphile, esibalekayo, unamadlebe amade unogwaja, umba imigodi, udla izithelo, uyasetshenziswa emithini, ukukwakha imithi. Izangoma ziyawuthenga uma uzidayisela. Unogwaja ozikhundla khundla lona ngunogwaja ohlala ezindaweni eziningi ongenaso isikhundla esisodwa. Unogwaja uyazingelwa ubanjwe udliwe, unenyama emnandi, ubanjwa yizinja kuphela ngenxa yokuthi uyagijima kakhulu. Unogwaja unemibala eminingi, ojwayelekile unogwaja onsundu, unongwaja omhlophe, unogwaja omnyama.
Ukuphupha unogwaja kuchaza inhlanhla, impumelele, ukuhamba kahle kwezinto, uma ungumuntu obezama ukuthola ingane bese uphupha unogwaja lokho kuchaza ukuthi ingane yakho iyeza, amaphupho ka nogwaja achaza inzalo or impumelelo. Ukuphupha ubamba unogwaja uma ungumuntu wesifazane kungachaza ukuthi isisu singenile, uma bewuzama ukukhulelwa, uma ungumuntu ofuna umsebenzi kushuthi uzowuthola umsebenzi , uma ungumuntu ogembulayo kuchaza ukuthi uzobamba. Kuyenzeka uphuphe amanye amaphupho amayelana no nogwaja kungenzeka uphupha ubaleka unogwaja okungachaza uku looser into empilweni yakho, or kungenzeka uphupha usukela unogwaja okungachaza ukuthi usendleleni eright yokuthola umcebo. Kuyenzeka unogwaja ufike ngemibala eyahlukene ephusheni. Ukuphupha onogwaja abancane abaningi noma abakhulu kusayimpumelelo leyo ukuthi iphupho elilodwa lifika ngezindlela eziningi kubantu abahlukene.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |