umaphipha umuthi wokukhipha ibhadi noma isinyama. Maphipha Uyafutha, uyachatha, Ususa isidina, ukhipha isichitho

Wenzani umaphipha umuthi? Uses and benefits

Umaphipha umuthi wokukhipha ibhadi noma isinyama. Maphipha Uyafutha, uyachatha, Ususa isidina, ukhipha isichitho. Ngaphandle kwesichitho ushaya zonke izifo egazini. Kubantu besifazane abopha kakhulu uyathakwa umaphipha nenimnye imithi uwuphuze. Uyangena emthini yokususa isilwane. Uyangena emthini yokususa izinduna. Umaphipha ukhipha idliso. Ubulala imithi efakwe emzimbeni kuwena.

Umaphipha umuthi wenzani? Umuthi wesichitho, lomuthi ukhipha isichitho usebenzisa umaphipha.

Maphipha wenzani

Umaphipha umuthi uyafutha, uyachatha, ususa isidina, ukhipha isichitho. Ngaphandle kwesichitho ushaya zonke izifo egazini. Kubantu besifazane abopha kakhulu uyathakwa umaphipha nenimnye imithi uwuphuze. Uyangena emthini yokususa isilwane. Uyangena emthini yokususa izinduna. Umaphipha ukhipha idliso. Ubulala imithi efakwe emzimbeni kuwena.

Umuthi wokususa isichitho

Umuthi wokuqeda isichitho nangu, sizokuthakela ngomaphipha ziningi izindlela zokuqeda isichitho, lesibonelo sizosebenzisa umaphipha ukuze ubone lomuthi ungena kanjani

Ukuthuka ebusuku, uma unenkinga yokuthuka ebusuku uma ulale, ukususa amaphupho amabi, uvuka ebusuku uhlale ngezinqa kade ulele? Zama lemithi

Ukuphupha umaphipha umuthi

Amaphupho ngomuthi umaphipha, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umaphipha? Ukuphupha umuthi umaphipha ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Isambulo isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Siyangena emithini yokukhuphulwa isithunywa. Siyangena kwigobongo, Siyangena emithini wokuvula izinto zakho ezivalekile. Siyangena kumuthi wenhlanhla. Siyangena emithini wokucacisa amaphupho.
Zikhunge isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokucupha umthakathi. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini yezitha. Usetshenziswa emithini emibi. Usetshenziswa emithini yokucupha ithuna.
Mpikayboni isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokucupha umthakathi. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwizikhafulo, uyangena kumuthi wokufuna isikweletu.
Isigidi isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Siyangena emithini yokulwa, siyangena emithini wesibhamu, umuthi wezitha, umuthi wokuphunyuka emaphoyiseni njalo njalo. Uyangena kwabasebezoteta kodwa uyingozi ngokwami ngizothi ungawufaki emlomeni.


Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?