Ingwavuma umuthi uyawusebenzisa ukubuyisa umuntu okade uthandana naye,umuthi womsebenzi ingwavuma uyangena nasemithini yomsebenzi, umuthi wokuvula inhlanhla uyathakwa neminye imithi kuvuleke izinhlanhla ezivalekile, umuthi wokuvula amaphupho uyathakwa neminye imithi uvule amaphupho, umuthi wokuvula imimoya uyangena lapho ufuna ukuvula imimoya khona. Ingwavuma iyangena emithi yokushaya izitha.
Isikhafulo sokubuyisa umuntu wakho uma usifuna ngithinte ngikudayise sona umuntu wakho abuye ngokushesha.
Zakhele Nciza ngisacela ukukhuluma ngengwavuma ingwavuma inhle ekwisebenziseni ikhipha nanezindende yenze nokunye okuningi kodwa uma uzoyisebenzisa iyodwa njalo ngsho abantu beplana ukubulala bengaqala ngawe bese ngizokhuluma ngomabusana umabusana akusiwo owabantu abasebancane ngoba uyakhaba abazali bese ngizokhuluma ngomzaneno umzaneno omunye umuthi ongawusebenzisa kodwa uwuthake neminye ngoba uma uwusebenzisa uwodwa ukulethela ngisho inyoka ukulethele empilweni yakho bese ngizokhuluma ngoroslina uroslina muhle impela uma uwuthakile kodwa ufuna uwufake kancane ngoba uma uyinsizwa ukulethela kakhulu abesifazane izinsizwa anibe nisabhekana nazo ngicela ukwehlela ngezansi baphathi bami okwamanje ngizobuye ngivele ngokuzayo ngibonge ithuba
Uyesaba, umuthi wovalo, uhlala wesaba, uhlala wethukile
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |