Mfingo uses and benefits

Imfingo umuthi uphalazela kuwona lapho ufake inhlamvu yesibhamu ukuze nabacabanga ukukudubula bezovele bayeke. Uma ufuna ukuvala isibhamu, uthatha lokhu okungumdumbu okungathi wubhatata, ukufake inhlamvu yesibhamu, bese uphalaza ngemithi yakho yokuvuka isibhamu, kulowomgodi, bese uhamba ungebheki emuva. Umuthi wokuvika izulu, iyavika izulu. Umuthi wokuchatha, imfingo iyachatha. Umuthi wamaphoyisa, yenza amaphoyisa angasondeli kuwena. Umuthi webhola uyangena futhi lomuthi ekuthakeni imithi yebhola. Umuthi wesifo sohlangithi kuseyiyo futhi imfingo leyo iyangena emithini yokwelapha uhlangothi. Ukuvala umkhokha wokushona ekhaya lomuthi uyathakwa ungene futhi lapho.

Umuthi oqeda uvalo

Susa uvalo ube ngumuthi okhululekile, ungaphili ejele lokusaba, sewuhlale usaba manje kuduma izulu uyasaba, ubona ubaba wengane uyasaba, uhleli wedwa endlini uyasaba, yi depression, anxiety, phobia izifo zabelungu qaphela ukudla okudlayo noma osuke ukudlile, lento yovalo ikabili, kungenzeka izinto zabantu noma wukudla, ake silushaye loluvalo lwakho.

Imfingo wenzani

Imfingo Iyangena emithini yokubelethela. Umuthi wokuvala umkhokha. Intelezi yokuchela, umuthi wokususa isilwane. Umuthi wokubuyisa okutshontshiwe. Umuthi omayelana nabathakathi. Uyangena kwisibambelelo. Iyangena emthini yokuqeda uvalo olungapheli. Imfingo iyangena nasemithini emibi.

Umuthi wokuxoshisa umuntu emsebenzini

Imfingo iyangena emithini yokuxoshisa umuntu etohweni ake sibheke lomuthi wokusulisa umuntu emsebenzini.

Umuthi lona owusebenzisela ukuxosha umuntu emsebenzini.

Umuthi wokubethela ekhaya uxoshe izilwane Qinisa umuzi or ikhaya ngalomuthi, izikhonkwane lezi akudabulis ilwane la. Amafutha.. Amathambo.. Gaya kahle kubeyimpuphu amakhubalo namathambo, Gquma, Geza, Gabha, Chela igceke sixosha umthakathi neyilwane zakhe.

Umuthi wezulu

Sixosha izulu Gqula kube impuphu umaliqala ukduma vuthuzela emnyango kube isphambano emnyango phansi ngeke lingene izulu.

Umeqo wothando lona, uyaphalaza ubize igama lomuntu athi angeqa azizwe ekuthanda.



Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?