Umganu wenzani
Umganu
Ugeza igazi, ususe isichitho, ususa isinyama, uyangena emthini ehambisana nedlozi. Uyangena emithi esuke yenzelwe abathakathi. Uyangena kumagobongo. Uyangena emuthini wokuthandeka nogazi. Umuthi womsebenzi futha bese uhambisa CV yakho. Uyangena methini yokuqonywa. Uyangena emthini yombandamo nezinduna.
Umuthi wesisu esibuhlungu.
Ngisekhona zingane zakwethu mane ngibambe kabi nje,ma uhlushwa isisu esubuhlungu pheka uMGANU ukhezo=1L ukubilise uphuze half a cup sophela nya....
Umuthi wokugeza isinyama
umuthi ogeza isinyama, ususe amathunzi, ususe isikhwathalala, ususe amashwa.
Khipha isichitho
Susa isichitho ngalemithi emibili engezansi esebenzisa umnganu
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Ukugeza ingane isinyama sokuphuphuma
Indlela yokusebenzisa imithi yesintu
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
- Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
- Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
- Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
- Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
- Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.
Video efundisa ngemithi yonke