benzani ubulongwe

Ubulongwe benkomo buyangena emithi eminingi , buyangena kwisiwasho lapho ukilina khona idlozi lakho, uyangena lapho wenza khona umuthi wokuthi uthandwe yindoda , uyangena lapho wenza khona umuthi womshado, ubulongwe buyangena emithini eminingi. Ubulongwe benkomo in english means cows dug. Ubulongwe uses in africa traditional, ubulongwe is used for cleansing spiritual, wet ubulongwe is used for porishing the floor, dry ubulongwe is used for making fire. umquba in english is called Manure, it is used as a fertilizer in the gardens. Ukunukelwa ubulongwe emakhaleni kungachaza ukuthi kudingeka ubheke abantu abadala badinga ubenzele itiye. Ukuphupha ubulongwe benkomo bungachaza ukuthi abantu abadala balambile badinga itiye.

🐞 UBULONGWE / COW DUNG

📌 *Ubulongwe benkomo* bubalulekile ezimpilweni zethu, ngakho ningabuthatheli phansi. Ungasebenzisa ubulongwe bayo noma yiphi inkomo — akudingeki kube eyakho — ngoba busebenza. Ubulongwe bubeka ukuthula endlini futhi busondeza idlozi ekhaya.
📌 Noma sengike ngakuchaza ngaphambilini, ake siphinde sixoxe kancane ngobulongwe benkomo.

Izindlela zokusebenzisa ubulongwe benkomo:


Ubulongwe uses:

Siyabonga ubulongo kodwa ungabucoshi emagcekeni akomnye umzi noma esibayeni sakomnye umzi if akunazinkomo koweni Iya endle ufike uthethe ubulongwe bese ushiya imali ekhanyayo kuleyo ndawo.. Uthatha ubulongwe ubugcobe umzimba from head to toe bese uhlanganisa impepho yamawele, ubisi,iqanda lenkukhu,umlotha wamandiya noma owasekhaya kini ugeze ngaphandle kwamasango noma emfuleni ohambayo ukwenza ntambama or ekuseni ilanga lingaka phumi njalo..

Zuu Mkhulu ubulongwe ugeza ngabo mugeza iyidalwa ezikumbethe or ngenzeka kukhona abahamba bengageziwe inzila kuningi nje mina my self angihlukani nabo obusha ngyageza nje ngabo bodwa

Mr Dlamini Hlanganisa nomcako ubisi necoke nempepho yamawele igeza idlozi lakho izinto zakho zikhaye

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?